Rebecca Malope

Rebecca Malope - Baya vuya lyrics

rate me

Lelizulu ngelobani?

Ngelobamsebenzelayo uthixo

Bona vuya ngoba bayophila phakade

Bayokhala abany ngemini yomgwebo

Belila izinyembezi ngoba bayoshabalala

CHORUS

Baya vuya ngale becul'amahosanna

VERSE 1

Lelijokwe lami lilula

Ushilo usomandla zinikele

Mzalwane uthol'ukuphila

Okunaphakade

Ufane no Abrahama Ufane no Elijah

Ngenxola yomlilo bakuphukel'ekhaya ezulwini

VERSE 3

Lelijokwe lami lilula ushilo usomandla

Zinikele mzalwane uthol'ukuphila okunaphakade

Ufane nemphuphuthe eyalila kuzodlul'ujesu

Yathi ndodana ka davide mangibone,yabona

CHORUS

Bayombona ujesu namanxeba ezandleni ethi zanini

Kimi Nina bakethiwe

Bayokhala abanye ngemini enkulu yomgwebo

Belil'izinyembezi ngoba bayoshabalala

Bayo vuyo ngale becul'amahosanna

CHORUS

Baya vuya baya vuya baba baya vuya

<br />

<br />

Thanks to tabita

Get this song at:  amazon.com  sheetmusicplus.com

Share your thoughts

0 Comments found