Lira

Lira - Ngiyabonga lyrics

rate me

Mhm.. Mhm..Mhm..

Mhm..Mhm..Mhm..

Mhm..Mhm..Mhm..

Mhm..Mhm..Mhm..

Verse 1

mangivuka ekusen'

ngsenokthula emoyen'

mangivula amehlo,

ngibon'ubuhle bemvelo,

mangsaphefumula, mangsakhon ukuvuka, ngiboni ilanga elishaa..

Chorus

ngiyabonga mina ngiyabonga,

ngiyabonga mina ngiyabonga,

ngiyabonga mina ngiyabonga,

ngiyabonga mina ngiyabonga,

ahhaah

Verse 2

ngiyabonga mna ngempilo yam,

nangawonk' amathuba,

engiphiwe wona, nengisazowathola,

ngibong'ukbonisa umusa,

ngbong ukubusiseka,

nokuba nenjabulo,

nokuthol' ukuthula hah

Go back to chorus

ahhaaha-ahahahaha

ow-ow

ngigcwel' ukubonga,

mina ngigcwel' ukubonga,

mina ngigcwel' ukubonga, ahahaha

Verse 3

ngibonga abazali bam,

ngibonga nabangani bam,

ngibong'izalukazi zam,

ngibonga imikhuleko,

ngibonga ngalolu thando,

oluhamba nami,

ngibonga nay'umdali wami

ongivuleli indlela...

Chorus x12

ahahah..

Get this song at:  amazon.com  sheetmusicplus.com

Share your thoughts

0 Comments found